2 Chronicles 20:27 — Compare Translations
2 translations compared side by side
Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
Base bebuya bonke abantu bakwaJuda nabaseJerusalema, uJehoshafati ephambi kwabo, ukuba babuyele eJerusalema ngentokozo, ngokuba uJehova wayesebathokozisile phezu kwezitha zabo.
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
UJehoshafathi wabahola bonke abantu bakwaJuda nabaseJerusalema babuyela eJerusalema ngentokozo, ngokuba uSimakade wayebathokozisile ngokwehlula izitha zabo.