2 Chronicles 20:31 — Compare Translations

2 translations compared side by side

Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
UJehoshafati wabusa-ke phezu kukaJuda; wayeneminyaka engamashumi amathathu nanhlanu ekuqaleni kwakhe ukubusa; wabusa iminyaka engamashumi amabili nanhlanu eJerusalema; igama likanina lalingu-Azuba indodakazi kaShilehi.
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
UJehoshafathi wabusa kwaJuda; wayeneminyaka engama-35 lapho eqala ukubusa. Wabusa iminyaka engama-25 eJerusalema. Igama likanina kwakungu-Azubha, indodakazi kaShilekhi.