2 Chronicles 22:2 — Compare Translations
2 translations compared side by side
Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
U-Ahaziya wayeneminyaka engamashumi amane nambili ekuqaleni kwakhe ukubusa, wabusa umnyaka eJerusalema; igama likanina lalingu-Athaliya indodakazi ka-Omri.
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
U-Ahaziya wayeneminyaka engama-42 ngesikhathi eqala ukubusa, wabusa eJerusalema unyaka owodwa. Igama likanina kwakungu-Athaliya, indodakazi ka-Omri.