2 Chronicles 23:6 — Compare Translations
2 translations compared side by side
Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
Makungangeni muntu endlini kaJehova ngaphandle kwabapristi namaLevi akhonzayo; bona bangangena, ngokuba bangcwele; kepha bonke abantu bayakugcina izimfanelo zikaJehova.
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
Makungangeni muntu endlini kaSimakade ngaphandle kwabaphristi nabaLevi okuyibona abakhonzayo; bona bayakungena ngokuba bangcwele, kepha bonke abantu bayakugcina izimfanelo zikaSimakade.