2 Chronicles 25:7 — Compare Translations
2 translations compared side by side
Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
Kepha kwafika kuye umuntu kaNkulunkulu, wathi: “Nkosi, impi yakwa-Israyeli mayingahambi nawe, ngokuba uJehova akasenaye u-Israyeli nabo bonke abantwana bakwa-Efrayimi,
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
Kwafika umuntu kaNkulunkulu, wathi kuye: “Nkosi, ungahambi nempi yakwa-Israyeli, ngokuba uSimakade akanaye u-Israyeli nabo bonke abantwana bakwa-Efrayimi.