2 Chronicles 26:11 — Compare Translations

2 translations compared side by side

Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
U-Uziya wayenempi elwayo eyaphuma ukulwa ngamaviyo njengomumo wokubalwa kwabo ngesandla sikaJehiyeli, umbhali, noMahaseya, umbusi phansi kwesandla sikaHananiya, enye yezinduna zenkosi.
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
U-Uziya wayenamabutho ayephuma ukuyokulwa izimpi ngamaviyo njengokudidiyelwa kwawo nguJehiyeli, umbhali, uMahaseya, umbusi, benganyelwe nguHananiya, enye yezinduna zenkosi.