2 Chronicles 28:26 — Compare Translations

2 translations compared side by side

Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
Ezinye izindaba zakhe nazo zonke izindlela zakhe, ezokuqala nezokugcina, bheka, zilotshiwe encwadini yamakhosi akwaJuda nakwa-Israyeli.
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
Ezinye izindaba zakhe nazo zonke izindlela zakhe, ezakuqala nezakamuva; bheka, zilotshiwe encwadini yamakhosi akwaJuda nawakwa-Israyeli.