2 Chronicles 30:13 — Compare Translations

2 translations compared side by side

Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
Kwabuthana eJerusalema abantu abaningi ukuba bagubhe umkhosi wesinkwa esingenamvubelo ngenyanga yesibili, ibandla elikhulu kakhulu.
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
Abantu abaningi babuthana eJerusalema ukuba bagcine umkhosi wesinkwa esingenamvubelo ngenyanga yesibili; kwakuyibandla elikhulu kakhulu.