2 Chronicles 34:8 — Compare Translations

2 translations compared side by side

Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
Ngomnyaka weshumi nesishiyagalombili wokubusa kwakhe esehlambululile izwe nendlu, wathuma uShafani, indodana ka-Asaliya, noMahaseya umbusi womuzi, noJowa indodana kaJowahazi, umabhalana, ukuba bayilungise indlu kaJehova uNkulunkulu wakhe.
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
Ngonyaka we-18 wokubusa kwakhe esehlambulule izwe nendlu, wathuma uShafani, indodana ka-Asaliya, uMahaseya isikhulu somuzi, noJowa indodana kaJowakhazi, umabhalane, ukuba balungise indlu kaSimakade uNkulunkulu wakhe.