2 Chronicles 35:21 — Compare Translations
2 translations compared side by side
Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
Kepha wathuma izithunywa, wathi: “Nginamsebenzi muni nawe nkosi yakwaJuda na? Angiphambene nawe namuhla, kepha ngiphambene nendlu engilwa nayo; uNkulunkulu ungitshelile ukuba ngisheshe; mgweme uNkulunkulu onami ukuba angakuchithi.”
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
Kepha wathumela izithunywa kuJosiya, wathi: “Nginandabani nawe nkosi yakwaJuda na? Angize khona ukuba ngizokulwa nawe, kepha ngixabene nendlu engilwa nayo. UNkulunkulu ungitshele ukuba ngisheshe, mgweme uNkulunkulu onami ukuze angakubhubhisi.”