2 Chronicles 5:10 — Compare Translations
2 translations compared side by side
Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
Kwakungekho lutho emphongolweni, kuphela izibhebhe ezimbili zamatshe ezabekwa khona nguMose eHorebe, lapho uJehova enza isivumelwano nabantwana bakwa-Israyeli ekuphumeni kwabo eGibithe.
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
Umphongolo wawungenalutho, ngaphandle kwezibhebhe zamatshe ezimbili ezazibekwe khona nguMose eHorebhe, ngesikhathi uSimakade enza isivumelwano nabantu bakwa-Israyeli, ekuphumeni kwabo eGibhithe.