2 Chronicles 6:29 — Compare Translations
2 translations compared side by side
Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
bese kuzwakala namuphi umkhuleko nakuphi ukunxusa noma ngumuphi umuntu noma yibo bonke abantu bakho u-Israyeli abayakwazi, kube yilowo nalowo inhlupheko yakhe nosizi lwakhe, elulele izandla zakhe kule ndlu,
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
bese kuzwakala noma ngabe luhlobo luni lomkhuleko noma ukunxusa okuyokwenziwa noma ngubani noma yibo bonke abantu bakho, u-Israyeli, abayokwazi ukubeka inhlupheko noma usizi lwabo kuwe, kube yilowo nalowo elulele izandla zakhe kule ndlu,