2 Chronicles 6:36 — Compare Translations
2 translations compared side by side
Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
“Uma bona kuwe ngokuba akukho muntu ongoniyo bese wubathukuthelela wena, ubanikele esitheni, ukuze ababathumbayo babamukisele ezweni lesitha, likude noma liseduze,
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
“Uma bona kuwe, ngoba akukho muntu ongoni, bese ubathukuthelela, ubanikele esitheni, sibathumbe sibayise ezweni laso, elikude noma eliseduze,