2 Chronicles 8:9 — Compare Translations

2 translations compared side by side

Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
Kepha kubantwana bakwa-Israyeli uSolomoni akakhiphanga izigqila zomsebenzi wakhe, ngokuba babengamadoda empi, nabakhulu bezinduna zakhe, nezinduna zezinqola zakhe, nabamahhashi bakhe.
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
Kepha uSolomoni akabenzanga abantu bakwa-Israyeli izigqila ezenza umsebenzi wakhe, kodwa babengamabutho, bengabakhuzi bempi beyizikhulu zakhe, nezinduna zezinqola zakhe.