2 Corinthians 1:13 — Compare Translations
3 translations compared side by side
Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
Ngokuba asinilobeli okunye, kuphela lokho enikufundayo nenikuqonda kahle; ngiyethemba futhi ukuthi niyakukuqonda kahle kuze kube sekugcineni,
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
Ngokuba asinilobeli lutho olunye ngaphandle kwalokho enikufundayo, noma enikwaziyo. Ngiyethemba futhi ukuthi niyakukwazi ngokupheleleyo kuze kube sekugcineni,
Zulu 2023 (Baasraak Zulu New Testament Bible)
Ngokuba asinilobeli okunye, kuphela lokho enikufundayo nenikuqondayo; futhi ngiyethemba ukuthi niyakuvuma kuze kube sekupheleni;