2 Corinthians 1:17 — Compare Translations

3 translations compared side by side

Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
Pho-ke, bengidlala nje ngisahlose lokho na? Lokho engikuhlosayo ngikuhlosa ngokwenyama yini, ukuze kimina kube nguyebo yebo, kanye noqhabo qhabo, na?
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
Ngabe ngangidlala yini uma ngihlela ukwenza lokho na? Noma kumbe izinto engizihlelayo ngikwenza lokho ngokwenyama ngilindele ukuthi yebo, yebo, noma qha, qha, ngesikhathi esifanayo na?
Zulu 2023 (Baasraak Zulu New Testament Bible)
Ngakho-ke lapho ngicabanga kanjalo, ngenza ubuwula na? Noma lokho engikuhlosileyo ngihlose ngokwenyama yini ukuba kimi kube uyebo, yebo, noqhabo?