2 Corinthians 10:15 — Compare Translations
3 translations compared side by side
Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
singazibongi ngemisebenzi yabanye ngaphezu kokulinganisa, kepha sinethemba lokuthi ngokukhula kokukholwa kwenu, siyakukhuliswa kakhulu impela kini endaweni yethu,
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
Asizibongi ngokwedlulele ngemisebenzi yabanye, kodwa ithemba lethu ngelokuthi ngesikhathi ukholo lwenu lukhula, nendawo yethu phakathi kwenu iyakwandiswa kakhulu,
Zulu 2023 (Baasraak Zulu New Testament Bible)
singazincomi ngaphezu kwesilinganiso sethu, okungukuthi, ngemisebenzi yabanye; kodwa sinethemba, nxa ukholo lwenu lukhula, sizakwandiswa kini ngokwesimiso sethu kakhulu;