2 Corinthians 11:21 — Compare Translations

3 translations compared side by side

Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
Ngisho ngamahloni ukuthi kade sibuthakathaka. Kepha kulokho umuntu anesibindi ngakho – ngikhuluma ngobuwula – nami nginesibindi ngakho.
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
Nginamahloni ukuba ngisho lokhu, ngokuba kade sibuthakathaka, kodwa manje umuntu anesibindi ngakho – ngikhuluma ngobuwula, nami nginesibindi ngakho.
Zulu 2023 (Baasraak Zulu New Testament Bible)
Ngikhuluma njengehlazo, sengathi sasibuthakathaka. Kepha noma yikuphi lapho umuntu anesibindi ngakho (ngikhuluma ngobuwula) nginesibindi nami.