2 Corinthians 11:4 — Compare Translations

3 translations compared side by side

Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
Ngokuba uma kufika umuntu eshumayela omunye uJesu esingamshumayelanga, noma namukela omunye umoya eningawamukelanga, noma elinye ivangeli eningalamukelanga, nikubekezelela kakhulu.
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
Uma kufika umuntu eshumayela omunye uJesu esingakaze sinishumayeze Yena, noma namukela omunye umoya eningawemukeliswanga, noma elinye ivangeli elehlukile eningalemukeliswanga, niyashesha ukukubekezelela lokho.
Zulu 2023 (Baasraak Zulu New Testament Bible)
Ngokuba uma ozayo eshumayela omunye uJesu esingamshumayelanga, noma namukela omunye umoya eningawemukeliyo, noma elinye ivangeli enangalemukelanga, ningambekezelela kahle.