2 Corinthians 12:6 — Compare Translations
3 translations compared side by side
Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
Ngokuba noma bengingathanda ukuzibonga, bengingezukuba yisiwula; ngokuba bengizakube ngikhuluma iqiniso, kepha ngiyayeka, funa umuntu acabange ngami okungaphezu kwalokho angibona ngiyikho nakuzwayo kimi.
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
Ngokuba uma ngifuna ukuzigabisa, bengingezukuba yisiwula, ngokuba bengizobe ngikhuluma iqiniso. Kepha ngiyayeka, funa umuntu acabange ngami ngokungaphezu kwalokho angibona ngiyikhona nakuzwa ngami,
Zulu 2023 (Baasraak Zulu New Testament Bible)
Ngokuba noma bengingathanda ukuzibonga, angiyikuba yisiwula; ngokuba ngizokhuluma iqiniso, kepha manje ngiyayeka, funa kube khona ocabanga ngami ngaphezu kwalokho angibona ngiyikho, noma lokho akuzwa kimi.