2 Corinthians 13:2 — Compare Translations

3 translations compared side by side

Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
Besengishilo ngaphambili kulabo abakade bonile nakubo bonke abanye, nakalokhu ngisho ngaphambili – ngisho manje ngingekho, njengalokho ngasho ngikhona ngokwesibili – ukuthi nxa ngifika futhi, angiyikuyekethisa.
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
Bengishilo ngaphambilini ngesikhathi ngifikile okwesibili, namanje njengalokhu ngingekho, kulabo abekade bonile nakubo bonke abanye, ukuthi nxa ngifika futhi, angiyukuba nasihawu.
Zulu 2023 (Baasraak Zulu New Testament Bible)
Ngalitshela ngaphambili, ngalitshela njengalokhu ngikhona okwesibili; nanxa ngingekho manje, ngibabhalela abonile ngaphambili nakubo bonke abanye, ukuthi, uma ngibuya, angiyikuyekelela;