2 Corinthians 13:7 — Compare Translations
3 translations compared side by side
Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
Siyakhuleka kuNkulunkulu ukuba ningenzi lutho olubi, angisho ukuze sibonakale thina singabavunyiweyo kepha ukuba nina nikwenze okuhle, noma thina singaba njengabaliwayo.
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
Siyakhuleka kuNkulunkulu ukuba ningenzi lutho olubi, hhayi ukuba thina sibonakale sinempumelelo, kepha ukuba nina nenze okuhle, noma thina singaba njengabahlulekile.
Zulu 2023 (Baasraak Zulu New Testament Bible)
Manje ngiyakhuleka kuNkulunkulu ukuba ningenzi okubi; kungeyisikho ukuthi thina sibonakale singabadunyiswayo, kodwa ukuze lina lenze okulungileyo, lanxa thina singaba njengabaliwayo.