2 Corinthians 2:4 — Compare Translations
3 translations compared side by side
Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
Ngokuba ngosizi olukhulu nangobuhlungu benhliziyo nganilobela nginezinyembezi eziningi, kungabi ngukuba nidabukiswe, kodwa ukuze nazi uthando enginithanda kakhulu ngalo.
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
Ngokuba nganilobela ngisezinhlungwini, ngidabukile enhliziyweni, futhi kuphophoza izinyembezi, hhayi ukuba nginizwise ubuhlungu, kodwa ukuba nazi ukuthi nginithanda kakhulu.
Zulu 2023 (Baasraak Zulu New Testament Bible)
Ngoba ekuhluphekeni okukhulu lobuhlungu benhliziyo ngalibhalela ngezinyembezi ezinengi; kungeyisikho ukuthi nidabuke, kodwa ukuze nazi uthando enginithanda kakhulu ngalo.