2 Corinthians 3:1 — Compare Translations
3 translations compared side by side
Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
Sesiqala futhi ukuzincoma na? Kumbe siyadinga yini njengabanye izincwadi zokusincoma eziza kini noma ezivela kini na?
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
Ngabe sesiqala ukuzincoma yini na? Kumbe nathi sidinga izincwadi zokusincoma kini noma ezivela kini njengoba abanye bezidinga na?
Zulu 2023 (Baasraak Zulu New Testament Bible)
Siqala futhi ukuzincoma na? Sidinga, njengabathile, izincwadi zokusifakaza kini, noma izincwadi zokusincoma ezivela kini?