2 Corinthians 3:6 — Compare Translations

3 translations compared side by side

Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
oyena futhi osenzela amandla okuba yizikhonzi zesivumelwano esisha, singesiso esegama kodwa esikaMoya; ngokuba igama liyabulala, kodwa uMoya uyaphilisa.
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
okunguye owasenza safaneleka ukuba yizikhonzi zesivumelwano esisha kungesiso esomthetho, kodwa esikaMoya. Ngokuba incwadi ebhaliwe iyabulala, kodwa uMoya uyaphilisa.
Zulu 2023 (Baasraak Zulu New Testament Bible)
owasenza futhi amandla okuba yizikhonzi zesivumelwano esitsha; kungeyisikho okulotshiweyo kodwa okukamoya, ngoba okulotshiweyo kuyabulala, kodwa umoya uyaphilisa.