2 Corinthians 5:12 — Compare Translations
3 translations compared side by side
Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
Asizincomi futhi kini, kodwa sininika ithuba lokuzibonga ngathi, ukuze nibe nakho okokuphendula abazibongayo ngokusemehlweni kungesikho okusenhliziyweni.
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
Asizincomi futhi kini, kodwa sininika ithuba lokuzitusa ngathi, ukuze nikwazi ukuphendula labo abazigabisa ngokubonakalayo kungesikho okusenhliziyweni.
Zulu 2023 (Baasraak Zulu New Testament Bible)
Ngokuba asizincomi futhi kini, kodwa sininika ithuba lokuzibonga ngathi, ukuze nibe nakho ukuphendula abazibongayo ngokusemehlweni kungeyisikho ngenhliziyo.