2 Corinthians 6:2 — Compare Translations

3 translations compared side by side

Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
ngokuba uthi: “Ngesikhathi esihle ngikuzwile, nangosuku lwensindiso ngakuhlangulisa;” bheka, manje kuyisikhathi esihle kakhulu; bheka, manje kulusuku lwensindiso; –
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
ngokuba uthi: “Ngesikhathi esihle ngikuzwile nangosuku lwensindiso ngakuhlenga.” Qaphela, manje sekuyisikhathi esihle kakhulu. Impela, manje wusuku lwensindiso.
Zulu 2023 (Baasraak Zulu New Testament Bible)
(Ngokuba uthi: Ngakuzwa ngesikhathi esamukelekayo, nangosuku lwensindiso ngakusiza; bheka, manje yiso isikhathi esihle; bheka, manje yilo usuku lwensindiso.)