2 Corinthians 7:9 — Compare Translations

3 translations compared side by side

Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
manje ngiyathokoza, kungengokuba nadabukiswa, kodwa ngokuba nadabukiswa kwaba ngukuphenduka; ngokuba nadabukiswa ngokukaNkulunkulu, ukuze ningalahlekelwa lutho ngathi.
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
manje ngiyathokoza, kungengokuba nadabukiswa, kodwa ngokuba nadabuka kwaba ngukuphenduka, ngokuba nadabukiswa ngokukaNkulunkulu, ukuze ningalahlekelwa lutho ngathi.
Zulu 2023 (Baasraak Zulu New Testament Bible)
Kepha ngiyathokoza, kungesikho ukuthi nadabukiswa, kodwa ukuthi nadabukiswa kwaze kwaba sekuphendukeni, ngokuba nadabukiswa ngokukaNkulunkulu, ukuze ningalinyazwa lutho ngathi.