2 Corinthians 8:10 — Compare Translations

3 translations compared side by side

Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
Kulokhu nginitshela ukubona kwami; ngokuba lokhu kulungele nina enaqala nyakenye, kungekwenza kuphela kepha nokuthanda;
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
Kulolu daba, ngininika isiyalo sami ukuthi kungcono kini enaqala ngonyaka odlule ukuthi ningenzi nje okuthile, kodwa ukuba nifise ukwenza okuthile.
Zulu 2023 (Baasraak Zulu New Testament Bible)
Nakulokhu nginipha izeluleko, ngokuba lokhu kunilungele nina enaqala nyakenye kungesikwenza kuphela, kepha nokulangazelela.