2 Corinthians 8:11 — Compare Translations
3 translations compared side by side
Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
kepha manje fezani nokwenza, ukuze njengalokho kwaba khona inhliziyo ethandayo, kanjalo kube khona nokufeza njengeninakho.
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
Manje-ke, qedani enikwenzayo, ukuze ukulangazelela nokufisa kwenu kuhambisane nokuwuqeda kwenu ngokwamandla enu.
Zulu 2023 (Baasraak Zulu New Testament Bible)
Ngakho-ke qedani ukwenza kwakho; ukuze njengalokhu kwakukhona ukufisa, kanjalo kube khona nokufezeka kwalokho eninakho.