2 Corinthians 8:21 — Compare Translations
3 translations compared side by side
Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
ngokuba sinakekela okuhle, kungesemehlweni eNkosi kuphela kodwa nasemehlweni abantu.
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
ngokuba siyazihlonipha izinto ezinhle, hhayi nje phambi kweNkosi, kepha nasemehlweni abantu imbala.
Zulu 2023 (Baasraak Zulu New Testament Bible)
sinakekela okuhle, kungephambi kweNkosi kuphela, kodwa lasemehlweni abantu.