2 Corinthians 8:22 — Compare Translations
3 translations compared side by side
Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
Kepha sithumele kanye nabo umzalwane wethu esimfumene kaningi ekhuthele ezintweni eziningi, kepha manje ukhuthele kakhulu ngenxa yokunethemba kwakhe okukhulu.
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
Sithumele kanye nabo umzalwane wethu esimfumene kaningi ekhuthele ezintweni eziningi, manje-ke ukhuthele kakhulu ngenxa yokunethemba kwakhe okukhulu.
Zulu 2023 (Baasraak Zulu New Testament Bible)
Sithumile kanye nabo umzalwane wethu esimbonise kaningi ukuthi ukhuthele ezintweni eziningi, kepha manje ukhuthele kakhulu ngenxa yokuqiniseka okukhulu enginakho ngani.