2 Kings 10:24 — Compare Translations
2 translations compared side by side
Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
Bangena ukunikela ngemihlatshelo nangeminikelo yokushiswa. UJehu wayezimisele ngaphandle abantu abangamashumi ayisishiyagalombili, wathi: “Uma kuphunyuka umuntu walaba bantu engibaletha ezandleni zenu, kuyakuba ngukuphila ngokuphila.”
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
Bangena bezonikela ngemihlatshelo nangeminikelo yokushiswa. UJehu wayemise ngaphandle amadoda angama-80, wathi: “Uma kuphunyuka omunye walaba bantu engibaletha ezandleni zenu, kuyakuba ngukuphila ngokuphila.”