2 Kings 10:9 — Compare Translations
2 translations compared side by side
Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
Kwathi ekuseni waphuma, wema, wathi kubantu bonke: “Nina nilungile; bhekani, mina ngenzele inkosi yami ugobe, ngayibulala, kepha ngubani ogence bonke laba na?
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
Kwathi ekuseni waphuma, wema, wathi kubantu bonke: “Nina nilungile; bhekani, mina ngenzele inkosi yami ugobe, ngayibulala, kodwa ngubani obulele bonke laba na?