2 Kings 11:9 — Compare Translations
2 translations compared side by side
Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
Izinduna zamakhulu zenza njengakho konke ukuyala kukaJehoyada umpristi, zathatha, kwaba yileyo naleyo abantu bayo ababeyakungena ngesabatha kanye nababeyakuphuma ngesabatha, zeza kuJehoyada umpristi.
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
Izinduna zamakhulu zenza njengalokhu uJehoyada, umphristi, eziyalile. Kwaba yileyo naleyo yathatha amabutho ayo abezongena ngesabatha nalawo ayezophuma ngalo, zeza nawo kuJehoyada, umphristi.