2 Kings 14:1 — Compare Translations

2 translations compared side by side

Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
Ngomnyaka wesibili kaJowashi indodana kaJehowahazi inkosi yakwa-Israyeli u-Amasiya indodana kaJowashi inkosi yakwaJuda waba yinkosi.
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
Ngonyaka wesibili wokubusa kukaJowashi, indodana kaJehowahazi, kwa-Israyeli, u-Amaziya, indodana kaJowashi, inkosi yakwaJuda, waba yinkosi.