2 Kings 14:17 — Compare Translations

2 translations compared side by side

Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
U-Amasiya, indodana kaJowashi, inkosi yakwaJuda, wayesekhona emva kokufa kukaJehowashi indodana kaJehowahazi, inkosi yakwa-Israyeli, iminyaka eyishumi nanhlanu.
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
U-Amaziya, indodana kaJowashi, inkosi yakwaJuda, waphila iminyaka eli-15 emva kokukhothama kukaJehowashi, inkosi yakwa-Israyeli.