2 Kings 15:13 — Compare Translations

2 translations compared side by side

Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
UShalumi indodana kaJabeshi waba yinkosi ngomnyaka wamashumi amathathu nesishiyagalolunye ka-Uziya inkosi yakwaJuda, wabusa inyanga eSamariya.
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
UShalumi, indodana kaJabheshi, waba yinkosi ngonyaka wama-39 wokubusa kuka-Uziya, inkosi yakwaJuda, wabusa inyanga yaba yinye vo, eSamariya.