2 Kings 15:14 — Compare Translations

2 translations compared side by side

Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
UMenahemu, indodana kaGadi, wenyuka eTirisa, wafika eSamariya, wagenca uShalumi, indodana kaJabeshi, eSamariya, wambulala, wabusa esikhundleni sakhe.
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
UMenahemu, indodana kaGadi, wenyukela eThiriza; wafika eSamariya wabulala uShalumi, indodana kaJabheshi, wayesebusa esikhundleni sakhe.