2 Kings 15:17 — Compare Translations
2 translations compared side by side
Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
Ngomnyaka wamashumi amathathu nesishiyagalolunye ka-Azariya inkosi yakwaJuda uMenahemu indodana kaGadi waba yinkosi kwa-Israyeli, wabusa iminyaka eyishumi eSamariya.
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
Ngonyaka wama-39 wokubusa kuka-Azariya, inkosi kwaJuda, uMenahemu, indodana kaGadi, waba yinkosi kwa-Israyeli, wabusa iminyaka elishumi eSamariya.