2 Kings 15:30 — Compare Translations

2 translations compared side by side

Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
UHosheya, indodana ka-Ela, wamenzela ugobe uPheka indodana kaRemaliya, wamgenca, wambulala, waba yinkosi esikhundleni sakhe ngomnyaka wamashumi amabili kaJothamu indodana ka-Uziya.
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
UHosheya, indodana ka-Ela, wamakhela uzungu uPheka, indodana kaRemaliya, wamhlasela, wambulala, wayeseba yinkosi esikhundleni sakhe; kwakungunyaka wama-20 wokubusa kukaJothamu, indodana ka-Uziya.