2 Kings 17:1 — Compare Translations
2 translations compared side by side
Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
Ngomnyaka weshumi nambili ka-Ahazi inkosi yakwaJuda uHosheya indodana ka-Ela waba yinkosi eSamariya kwa-Israyeli, wabusa iminyaka eyisihiyagalolunye.
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
Ngonyaka we-12 wokubusa kuka-Ahazi inkosi yakwaJuda, uHosheya, indodana ka-Ela, waba yinkosi kwa-Israyeli; wabusa iminyaka eyisishiyagalolunye.