2 Kings 18:27 — Compare Translations

2 translations compared side by side

Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
Kepha uRabi Shake wathi kubo: “Inkosi yami ingithumile yini enkosini yakho nakuwena ukukhuluma lawa mazwi na? Hhayi kulaba bantu yini abahlezi ogangeni ukuba badle amasimba abo, baphuze umshobingo wabo kanye nani, na?”
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
Kepha uRabi Shake wathi kubo: “Ngabe inkosi yami ingithumile yini enkosini yakho nakini ukuzokhuluma lawa mazwi, hhayi nakwabanye abantu abahlezi ogangeni ukuba badle indle yabo, baphuze umchamo wabo kanye nani na?”