2 Kings 2:10 — Compare Translations
2 translations compared side by side
Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
Kepha wathi: “Ucele into elukhuni; nokho, uma ungibona lapha ngisuswa kuwe, kuyakuba njalo kuwe; kodwa uma ungangiboni, akuyikuba njalo.”
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
Wathi: “Ucele into elukhuni, nokho-ke uma ungibona lapho ngisuswa kuwe, kuyokwenzeka kanjalo kuwe, kodwa uma ungangibonanga, akuyukuba kanjalo.”