2 Kings 20:17 — Compare Translations
2 translations compared side by side
Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
Bheka, izinsuku ziyeza, lapho konke okusendlini yakho nalokho oyihlo abakubekelele khona kuze kube namuhla kuyakuyiswa eBabele; akuyikusala lutho, usho uJehova.
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
nakanjani izinsuku ziyeza, lapho konke okusendlini yakho nalokho okhokho bakho abakubekelela khona kuze kube namuhla, kuyakuthathwa, kuyiswe eBhabhele; akuyukusala lutho, kusho uSimakade.