2 Kings 21:1 — Compare Translations
2 translations compared side by side
Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
UManase wayeneminyaka eyishumi nambili ekuqaleni kwakhe ukubusa, wabusa iminyaka engamashumi ayisihlanu nanhlanu eJerusalema; igama likanina lalinguHefisiba.
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
UManase wayeneminyaka eli-12 eqala ukubusa, wabusa iminyaka engama-55 eJerusalema. Igama likanina kwakunguHefizibha.