2 Kings 23:36 — Compare Translations

2 translations compared side by side

Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
UJehoyakimi wayeneminyaka engamashumi amabili nanhlanu ekuqaleni kwakhe ukubusa, wabusa iminyaka eyishumi nanye eJerusalema; igama likanina lalinguZebida, indodakazi kaPhedaya waseRuma.
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
UJehoyakimi wayeneminyaka engama-25 lapho eba yinkosi, wabusa iminyaka eli-11 eJerusalema. Igama likanina kwakunguZebhida, indodakazi kaPhedaya waseRuma.