2 Kings 3:24 — Compare Translations

2 translations compared side by side

Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
Sebefike ekamu* lika-Israyeli, abakwa-Israyeli basuka bashaya abakwaMowabi, baze babaleka ebusweni babo; bangena ezweni labo bechitha abakwaMowabi.
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
Kwathi lapho sebefikile enkanjini yakwa-Israyeli, abakwa-Israyeli basuka bashaya abakwaMowabi, babaleka abakwaMowabi. U-Israyeli wangena ezweni labo, wababhubhisa abakwaMowabi.