2 Kings 8:15 — Compare Translations

2 translations compared side by side

Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
Kepha kwathi ngangomuso wathatha indwangu embozayo, wayicwilisa emanzini, wayimboza ubuso ngayo, yafa; uHazayeli waba yinkosi esikhundleni sayo.
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
Kwathi ngakusasa wathatha indwangu yokwemboza, wayicwilisa emanzini, wamboza ubuso benkosi yaze yafa. UHazayeli waba yinkosi esikhundleni sayo.