2 Kings 8:26 — Compare Translations
2 translations compared side by side
Zulu 1959 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
U-Ahaziya waba yinkosi eneminyaka engamashumi amabili nambili, wabusa umnyaka eJerusalema; igama likanina lalingu-Athaliya, indodakazi ka-Omri inkosi yakwa-Israyeli.
Zulu 2020 (IsiZulu 2020)
Wayeneminyaka engama-22 ngesikhathi eba yinkosi, wabusa unyaka eJerusalema. Igama likanina kwakungu-Athaliya, indodakazi ka-Omri, inkosi yakwa-Israyeli.